Benza abadume ngakho

Cndo__Zinhle0

NGISAKHULA eDannhauser KwaZulu-Natal, uZinhle wayezifela ngokusebenza umsebenzi womkhakha kaqedisizungu. Abazali bakhe uSakhile Jiyane (ongasekho) no Jabu Jiyane (60), wamthuthela esikoleni okuhlalwa kuso (boarding school) waqala lapho ukuthanda izihlabani zaku-TV.
“Ngahlela ngaso leso sikhathi ukuthi ngifuna ukubakwi-TV,” kusho intokazi eneminyaka engu-28. “Ikakhulu, kwakuba izingane zeYo TV kuSABC 1, ngizibona zibukeka zizinhle.

Comments